Dlulela kokuphakathi

Umshado

Izindlela Zokuphumelela

Bheka KuNkulunkulu Ukuze Ube Nomshado Ojabulisayo

Ukusebenzisa imibuzo emibili elula kungakusiza uthuthukise umshado wakho.

Kungenzeka Kanjani Ukuba Umshado Ujabulise?

Iseluleko seBhayibheli sokwakha umshado ojabulisayo siyasebenza ngoba sivela kuMsunguli womshado, uJehova uNkulunkulu.

Ukuhlakanipha Okwenza Umndeni Ujabule

Yini abayeni, amakhosikazi, abazali nezingane abangakwenza ukuze benze umndeni wabo ujabule?

Imindeni Ephumelelayo​—Ukubambisana

Ingabe oshade naye usefana nomuntu ohlalisene naye?

Ukuphumelela Onyakeni Wenu Wokuqala Nishadile

Ingabe usanda kushada? IBhayibheli lingakusiza ukuba uqinise umshado wakho.

Indlela Yokuba Nesineke

Lapho abantu ababili abanesono beshada, ziyovela izinkinga ezihlukahlukene. Isineke sibalulekile ukuze umshado uhambe kahle.

Indlela Yokubonisa Inhlonipho

Inhlonipho emshadweni akuyona into yokuboniswa lapho uthandile​—⁠iyisidingo. Ungabonisa kanjani ukuthi uyamhlonipha oshade naye?

Ukuphatha Oshade Naye Ngenhlonipho

Indoda noma inkosikazi ingakhuluma kanjani ngenhlonipho?

Ukuze Kube Nenjabulo Emshadweni: Bonisani Uthando

Umsebenzi, i-stress, nezinkinga zansuku zonke kunganciphisa indlela abantu abashadile ababonisana ngayo uthando. Lungavuseleleka yini uthando lweqiniso?

Indlela Yokubonisa Ukwazisa

Lapho abashadile benza umzamo wokuqaphela nokubonga ngezinto ezinhle ngamunye azenzayo, ngokuvamile ubuhlobo babo buyaqina. Yini engakusiza ukuba ukubonise ukwazisa?

Indlela Yokubonisana Uthando

Abashadile bangabonisana kanjani ukuthi bathandana ngempela? Cabanga ngamacebiso amane avela eBhayibhelini.

Indlela Yokuqinisa Ukuzibophezela

Ingabe ukuzibophezela kufana neketanga elisindayo elikubophela emshadweni noma kufana nehange eligcina umshado wakho uzinzile?

Ukuzibophezela Emshadweni Wakho

Yini eyenza umshado uqine? Yini ewenza untengantenge? Ungakuqinisa kanjani ukuzibophezela kwakho?

Thembekani Komunye Nomunye

Ingabe ukugwema ukuphinga yikona kuphela okubonisa ukuthi uthembekile emshadweni?

Ukwenza Umshado Wesibili Uphumelele

Umshado wesibili ungaba nezinselele ezazingekho emshadweni wokuqala. Abashadikazi bangabhekana kanjani nazo ngokuphumelelayo?

Madoda—Yenzani Amakhaya Enu Abe Alondekile

Umndeni ungase ulondeke ngokwezimali, kodwa ungalondeki ngenye indlela ebaluleke kakhulu.

Indlela Yokuthola Injabulo​​—⁠Uthando

Ukuthanda nokuthandwa kudlala indima ebalulekile ekwenzeni umuntu ajabule.

Lokho Okushiwo IBhayibheli

Kukhona Yini Okushiwo IBhayibheli Ngemishado Yongqingili?

Umsunguli womshado kumelwe ukuba uyazi kangcono indlela yokuba nesibopho esihlala njalo nesijabulisayo.

Ingabe Sivumelekile Isithembu?

Ingabe umbono wesithembu uvela kuNkulunkulu? Cabangela lokho okushiwo iBhayibheli ngesithembu.

Lithini IBhayibheli Ngemishado Yabantu Bobuzwe Obungefani?

Cabangela ezinye izimiso zeBhayibheli ezikhuluma ngokulingana kwezinhlanga nomshado.

Ingabe Umshado Umane Uyindaba Yokuhlalisana?

Funda ukuthi izindima uNkulunkulu azabele indoda nowesifazane zingabasiza kanjani abashadile ukuba baphumelele futhi bajabule emshadweni.

Ingabe Injabulo Ixhomeke Emshadweni?

Ingabe amaKristu angashadile angajabula? IBhayibheli linikeza umKristu umbono ofanele ngomshado nesibonelo esiphele somuntu owahlala engashadile.

Izinkinga Nezisombululo

Ukuba Nombono Omuhle Ngemikhuba Ecasulayo Yoshade Naye

Kunokuvumela umkhuba ocasulayo wenze nixabane, zama ukuwubheka ngendlela ehlukile.

Indlela Yokushiya Umsebenzi “Emsebenzini”

Amacebiso amahlanu angakusiza ukuba umsebenzi ungaphazamisi umshado wakho.

Ukuphela Kobudlova Basekhaya

Izimiso zeBhayibheli zingabasiza kanjani ngisho nabantu abanobudlova kakhulu ukuba bashintshe?

Ukusebenzelana Nabasekhweni Nabasemzini

Amacebiso amathathu anganisiza nigweme ukuba inkinga yokusebenzelana nabasemzini nabasekhweni ibe inkinga yomshado wenu.

Indlela Yokugcina Ukuthula Nezihlobo Zenu

Ungabahlonipha abazali bakho ngaphandle kokufaka umshado wenu engcupheni.

Lapho Oshade Naye Ehlushwa Impilo

Funda ukusikisela okuthathu okungasiza imishado enomuntu onesifo esingamahlalakhona.

Lapho Imibono Ingafani

Abantu abashadile bangayixazulula kanjani inkinga futhi bahlale benokuthula?

Ukusingatha Izingxabano Emshadweni

Kungani ziba khona izingxabano, futhi ungazimbela kanjani ukuba zingawuchithi umshado wakho?

Lapho Oshade Naye Ebukela Izithombe Ezingcolile Zocansi

Abashadile bangabambisana kanjani ukuze umyeni owumlutha wokubukela izithombe ezingcolile zocansi awunqobe lo mkhuba futhi baphinde bathembane?

Ukuxazulula Izinkinga Emshadweni Wakho

Izimiso zeBhayibheli zingakusiza ukuba uxazulule izinkinga ngendlela enothando nenenhlonipho. Hlola izindlela ezine eziyisihluthulelo.

Izithombe Zocansi Zingawuqeda Nya Umshado Wakho

La macebiso angakusiza uyeke umkhuba wokubuka izithombe zocansi ulungise umshado wakho.

Ukusingatha Ukungafani

Wake waba nomuzwa wokuthi wena noshade naye anifanelene?

Indlela Yokuyeka Ukubamba Amagqubu

Ukuze uthethelele isenzo esibuhlungu esenziwe umuntu oshade naye kuwe, ingabe kufanele usithalalise noma ngisho ushaye sengathi akwenzekanga lutho?

Imindeni Ephumelelayo​—Ukuthethelela

Yini engakusiza ungagxili emaphutheni oshade naye?

Indlela Ukuzalwa Kwengane Okuwuthinta Ngayo Umshado

Thola ukuthi imithetho yeBhayibheli ingabasiza kanjani abazali balungele le ndlela entsha yokuphila.

Nizokwenzenjani Njengoba Izingane Sezihambile?

Abantu abaningi abashadile bavame ukuba nezinkinga eziningi lapho izingane sezikhulile futhi sezihambile ekhaya. Yini abangayenza ukuze bajwayelane naleso simo?

Lapho Kugadla Inhlekelele

Thola usizo oludingayo.

Isikhwele Emshadweni—Ungasigwema Kanjani?

Umshado ngeke uphumelele uma abantu abashadile bengathembani. Ngakho ungasigwema kanjani isikhwele esingenasidingo?

Lapho Ubungane Sebudlulele

Ingabe uzitshela ukuthi, ‘Simane nje singabangane?’ Uma kunjalo, hlola izimiso zeBhayibheli ukuze ubone ukuthi zithini ngokucabanga okunjalo.

Ukuhlala Ngokwahlukana Nokudivosa

Idivosi Izithinta Kanjani Izingane?

Nakuba abanye abantu becabanga ukuthi idivosi ingcono ezinganeni, ucwaningo lubonisa ukuthi imiphumela yayo ezinganeni iletha umonakalo.

Lapho Udumazekile Ngomshado Wakho

Ingabe usofasilahlane wakho manje usengumuntu nje ozithola uphoqelekile ukuba uhlale naye? Izinyathelo ezinhlanu zingaba usizo emshadweni wenu.

Ingabe Sikhona Isizathu Sokuphila Ngemva Kokuphinga Koshade Naye?

Ukufunda imiBhalo kuye kwaduduza abantu abaningi abaye babhekana nokuphinga komuntu abashade naye.

Lokho Okushiwo IBhayibheli Ngokuphinga

Ingabe ukuphinga kuyawuqeda umshado?

Ukuphinde Wakhe Ukwethenjwa Emshadweni

Uma uzama ukusindisa umshado wakho ngemva kokwenza into enjengokuphinga, ubhekene nenselele ngempela. Kodwa ungaphumelela!

Ingabe IBhayibheli Liyakuvumela Ukudivosa?

Funda ukuthi yini uNkulunkulu ayivumelayo nayizondayo.

Ingabe Isehlukaniso Siyikhambi?

Uma umshado wakho ubonakala usengozini futhi ungachitheka noma nini, kufanele wenzeni?

Ukuqhubeka Nokuphila Ngemva Kwedivosi

Cishe bonke abadivosayo bathola ukuthi ukuphila kuba nzima kakhulu kunalokho abebekulindele. Iseluleko seBhayibheli esisebenzayo singakusiza ubhekane ngokuphumelelayo nedivosi.

OFakazi BakaJehova Bakubheka Kanjani Ukudivosa?

Ingabe oFakazi BakaJehova bayabasiza abantu ezinkingeni zomshado? Uma uFakazi efuna ukudivosa, ingabe kudingeka avunyelwe abadala bebandla?