Imibuzo Evame Ukubuzwa NgoFakazi BakaJehova

Ingabe OFakazi BakaJehova Bangena Endlini Ngendlu Ngoba Befuna Ukuthola Insindiso?

Funda ngalokho esikukholelwayo ngensindiso nokuthi itholakala kanjani.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bangena Endlini Ngendlu Ngoba Befuna Ukuthola Insindiso?

Funda ngalokho esikukholelwayo ngensindiso nokuthi itholakala kanjani.

Kungani OFakazi BakaJehova Bengayibizi Indawo Abahlangana Kuyo Ngokuthi Isonto?

Thola ukuthi livelaphi igama elithi “IHholo LoMbuso LoFakazi BakaJehova” nokuthi kungani silisebenzisa.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakukhipha Okweshumi?

Ingabe oFakazi BakaJehova kulindeleke ukuba banikele ngemali eyinani elithile ngokuqondile?

Yini OFakazi BakaJehova Abayikholelwayo?

Thola uhlu olufingqiwe lwezinkolelo zethu eziyisisekelo ezingu-15.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakholelwa KuJesu?

Hlola isizathu esenza ukuba nokholo kuJesu kubaluleke kumaKristu eqiniso.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bakholelwa Ukuthi Yibona Bodwa Abasenkolweni Yeqiniso?

Ingabe uJesu wathi ziningi izindlela eziholela ensindisweni?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayazamukela Ezinye Izinkolo?

Funda indlela ukwamukela abanye okuwabonakalisa ngayo amaKristu eqiniso.

Kungani OFakazi BakaJehova Benqaba Ukumpontshelwa Igazi?

Kunemibono eminingi eyiphutha ngoFakazi BakaJehova nangokumpontshelwa igazi. Funda amaqiniso ngezinkolelo zethu kule ndaba.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayalwisana Nokugoma?

Amaqiniso amabili aseBhayibhelini asisiza sizenzele isinqumo mayelana nokugoma.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bakholelwa Ekutheni Izinsuku Eziyisithupha Zokudala Zazingezamahora Angu-24?

Ubuwazi yini ukuthi eminye imibono yabantu abakholelwa ekutheni izinsuku eziyisithupha zokudala zazingezamahora angu-24 ingqubuzana neBhayibheli?

OFakazi BakaJehova Bayibheka Kanjani Isayensi?

Ingabe izinkolelo zabo ziyavumelana nokutholwe isayensi?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakholelwa ETestamenteni Elidala?

Ingabe izingxenye ezithile zeBhayibheli ziphelelwe isikhathi? Thola indlela amaKristu angazuza ngayo emlandweni obalulekile naseselulekweni esiwusizo esisemiBhalweni YesiHebheru.

Kungani OFakazi BakaJehova Beye Bazishintsha Ezinye Zezinkolelo Zabo?

Akufanele kumangaze ukuthi kuye kwadingeka kwenziwe izinguquko. Nangezikhathi zeBhayibheli, abakhulukeli bakaJehova kwadingeka bashintshe umbono wabo kaningana.

Kungani OFakazi BakaJehova Bengasisebenzisi Isiphambano Ekukhulekeleni?

Nakuba singamaKristu, asisisebenzisi isiphambano ekukhulekeleni kwethu. Ngani?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayahlanganyela Ekuxubeni Izinkolo?

Iziphi izimfundiso zeBhayibheli ezibaqondisayo lapho bephendula lo mbuzo?

Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?

Thola indlela esibala ngayo inani lamalungu ebandla.

Ubani Owasungula Inkolo YoFakazi BakaJehova?

Funda ukuthi kungani uCharles Taze Russell ayengeyena umsunguli wenkolo entsha.

Umsebenzi WoFakazi BakaJehova Usekelwa Kanjani Ngezimali?

Funda ngendlela umsebenzi wokushumayela emhlabeni wonke oqhubeka ukhula ngayo ngaphandle kwemali yenkongozelo noma okweshumi.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakukhipha Okweshumi?

Ingabe oFakazi BakaJehova kulindeleke ukuba banikele ngemali eyinani elithile ngokuqondile?

Ingabe OFakazi BakaJehova Banabefundisi Abakhokhelwayo?

Kukhona yini ukwahlukaniswa ngesigaba sabefundisi nabantu abavamile? Obani abakhonza njengezikhonzi ezimisiwe?

Ingabe OFakazi BakaJehova Banabo Abesifazane Abashumayelayo?

Banayiphi indima abesifazane emsebenzini wokushumayela emhlabeni wonke owenziwa oFakazi BakaJehova?

Amabandla OFakazi BakaJehova Ahlelwe Kanjani?

Thola indlela esithola ngayo isiqondiso neseluleko ebandleni.

Iyini INdikimba Ebusayo YoFakazi BakaJehova?

Ingabe amalungu ayo angabaholi benhlangano yethu?

Iyini I-Watch Tower Bible and Tract Society?

Ihlobene kanjani nomsebenzi woFakazi BakaJehova?

Kungani Ngezinye Izikhathi OFakazi BakaJehova Bengaphenduli Lapho Kushiwo Izinto Ezingezinhle Ngabo?

Lapho oFakazi BakaJehova besolwa noma bebuzwa ngezinkolelo zabo, balandela izimiso zeBhayibheli ngokuzama ukuthola ukuthi ingabe “isikhathi sokuthula” noma “isikhathi sokukhuluma.”​—UmShumayeli 3:7.

Kungani OFakazi BakaJehova Beshumayela Endlini Ngendlu?

Funda lokho uJesu atshela abafundi bakhe bokuqala ukuba bakwenze.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bangena Endlini Ngendlu Ngoba Befuna Ukuthola Insindiso?

Funda ngalokho esikukholelwayo ngensindiso nokuthi itholakala kanjani.

Kungani OFakazi BakaJehova Bevakashela Abantu Abanezinkolo Zabo?

Yini esenza sivakashele abantu abanezinkolo zabo?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayabacindezela Abantu Ukuba Bashintshe Izinkolo Zabo?

Ingabe ukushumayela koFakazi BakaJehova emphakathini kuhloselwe ukuguqula abantu? Ingabe bazama ukuphoqa abanye ukuba bashintshe izinkolo?

Siyini Isifundo SeBhayibheli Esilungiselelwe OFakazi BakaJehova?

Kulolu hlelo lwamahhala olulungiselelwe oFakazi BakaJehova, ungasebenzisa noma yiliphi iBhayibheli. Ungesabi ukumema bonke abakini nabangani ukuze bakujoyine.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayawenza Umsebenzi Wezithunywa Zevangeli?

Obani abenza umsebenzi wezithunywa zevangeli, futhi ngani? Ingabe bakhona abaqeqeshwa ngokukhethekile ukuba benze lo msebenzi?

Ingabe OFakazi BakaJehova Banabo Abesifazane Abashumayelayo?

Banayiphi indima abesifazane emsebenzini wokushumayela emhlabeni wonke owenziwa oFakazi BakaJehova?

Kungani OFakazi BakaJehova Bengayibizi Indawo Abahlangana Kuyo Ngokuthi Isonto?

Thola ukuthi livelaphi igama elithi “IHholo LoMbuso LoFakazi BakaJehova” nokuthi kungani silisebenzisa.

Kungani OFakazi BakaJehova Bengasisebenzisi Isiphambano Ekukhulekeleni?

Nakuba singamaKristu, asisisebenzisi isiphambano ekukhulekeleni kwethu. Ngani?

Kungani OFakazi BakaJehova Begcina ISidlo SeNkosi Sakusihlwa Ngendlela Ehlukile Kweyezinye Izinkolo?

Sibizwa nangokuthi iSidlo Sokugcina noma iSikhumbuzo, isenzakalo esingcwele kunazo zonke soFakazi BakaJehova. Imininingwane ngaso itholakala eBhayibhelini.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayahlanganyela Ekuxubeni Izinkolo?

Iziphi izimfundiso zeBhayibheli ezibaqondisayo lapho bephendula lo mbuzo?

Ingabe OFakazi BakaJehova BaneBhayibheli Labo?

Ukusebenzisa izinguqulo ezihlukahlukene zeBhayibheli kungathuthukisa ukutadisha kwakho iBhayibheli. Kunamaphuzu amathathu ngokukhethekile enza INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele ikufanelekela ukuba uyisebenzise lapho utadisha.

Ingabe INguqulo Yezwe Elisha Inembile?

Kungani INguqulo Yezwe Elisha ihlukile kwezinye izinguqulo eziningi?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakholelwa ETestamenteni Elidala?

Ingabe izingxenye ezithile zeBhayibheli ziphelelwe isikhathi? Thola indlela amaKristu angazuza ngayo emlandweni obalulekile naseselulekweni esiwusizo esisemiBhalweni YesiHebheru.

Kungani OFakazi BakaJehova Bekugwema Ngenhlonipho Ukuhlanganyela Emikhosini Yesizwe?

Ingabe basekela uhlangothi oluthile kwezenhlalo noma kwezepolitiki?

Kungani OFakazi BakaJehova Bengayi Empini?

OFakazi BakaJehova baziwa kuwo wonke umhlaba ngokwenqaba ukuya empini. Funda ukuthi kungani singayi.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayalunikeza Usizo Lapho Kuvela Izinhlekelele?

Funda ngendlela esilunikeza ngayo usizo ngokoqobo kulabo esikholwa nabo kanye nabanye lapho kunezinhlekelele.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayakwamukela Ukwelashwa Odokotela?

Abanye abantu bacabanga ukuthi oFakazi BakaJehova bazenqaba zonke izindlela zokwelashwa. Ingabe lokho kuyiqiniso?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayalwisana Nokugoma?

Amaqiniso amabili aseBhayibhelini asisiza sizenzele isinqumo mayelana nokugoma.

Kungani OFakazi BakaJehova Benqaba Ukumpontshelwa Igazi?

Kunemibono eminingi eyiphutha ngoFakazi BakaJehova nangokumpontshelwa igazi. Funda amaqiniso ngezinkolelo zethu kule ndaba.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayayibhidliza Imindeni Noma Bayayiqinisa?

Ngezinye izikhathi oFakazi BakaJehova basolwa ngokubhidliza imindeni. Kodwa ingabe ngempela oFakazi babangela izingxabano emindenini?

OFakazi BakaJehova Bakubheka Kanjani Ukudivosa?

Ingabe oFakazi BakaJehova bayabasiza abantu ezinkingeni zomshado? Uma uFakazi efuna ukudivosa, ingabe kudingeka avunyelwe abadala bebandla?

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayawenqabela Amabhayisikobho, Izincwadi Noma Izingoma Ezithile?

Iziphi izimiso eziyisisekelo okufanele umKristu azisebenzise lapho ekhetha ezokuzijabulisa?

Kungani OFakazi BakaJehova Bengawagubhi Amanye Amaholide?

Cabanga ngemibuzo emithathu ethinta oFakazi BakaJehova namaholide.

Kungani OFakazi BakaJehova Bengawugubhi UKhisimusi?

Abantu abaningi bagubha uKhisimusi yize bewazi umsuka wawo. Thola ukuthi kungani oFakazi BakaJehova bengawugubhi.

Kungani OFakazi BakaJehova Bengawagubhi Ama-Easter?

Abaningi babheka ama-Easter njengomkhosi wobuKristu. Kungani oFakazi BakaJehova bengawugubhi?

Kungani OFakazi BakaJehova Bengazigubhi Izinsuku Zokuzalwa?

Cabangela izici ezine zemikhosi yokuzalwa ezenza uJehova angayijabuleli.

Kwenzekani Emshadweni WoFakazi BakaJehova?

Izimo zabantu zingehluka kodwa kunento eyodwa ebalulekile efanayo.

Kungani OFakazi BakaJehova Begcina ISidlo SeNkosi Sakusihlwa Ngendlela Ehlukile Kweyezinye Izinkolo?

Sibizwa nangokuthi iSidlo Sokugcina noma iSikhumbuzo, isenzakalo esingcwele kunazo zonke soFakazi BakaJehova. Imininingwane ngaso itholakala eBhayibhelini.

OFakazi BakaJehova Bayibheka Kanjani Imingcwabo?

Izinqumo zoFakazi ngokuphathelene nemingcwabo zilawulwa izinkolelo ezijulile mayelana nokufa. Yiziphi-ke izimiso ezilawula izinqumo zabo?

Ingabe OFakazi BakaJehova BangamaKristu?

Sicela uhlole indlela esihluke ngayo emaqenjini enkolo okuthiwa awobuKristu.

Ingabe OFakazi BakaJehova BangamaProthestani?

Amaqiniso amabili ahlukanisa oFakazi BakaJehova ezinkolweni ezingezona ezobuKatolika kodwa ezibizwa ngokuthi ezobuKristu.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayihlelo LaseMelika?

Cabangela amaqiniso amane ngale nhlangano yomhlaba wonke.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bangabashisekeli BobuZiyoni?

Sisekela izinkolelo zethu emiBhalweni, engaphakamisi uhlanga oluthile ngaphezu kolunye.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayihlelo?

Qhathanisa imibono emibili evamile ngamahlelo namaqiniso ngoFakazi BakaJehova.

Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?

Thola indlela esibala ngayo inani lamalungu ebandla.

Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?

UMathewu 28:19, 20 ubonisa izinyathelo ezintathu.

Ingabe Sekumelwe Ngibe Omunye WoFakazi BakaJehova Uma Ngitadisha IBhayibheli Nabo?

OFakazi BakaJehova batadisha iBhayibheli mahhala nezigidi zabantu emhlabeni wonke. Uma ufunda nathi, ingabe sekufanele ube omunye woFakazi BakaJehova?

Umuntu Angakwazi Yini Ukwesula Njengomunye WoFakazi BakaJehova?

Kunezindlela ezimbili lokhu okungenzeka ngazo.

Ingabe OFakazi BakaJehova Bayabaxwaya Abantu Ababekhonza Nabo?

Ngezinye izikhathi ukususa ekuhlanganyeleni kuyadingeka futhi kungasiza umuntu abuyele ebandleni.