Dlulela kokuphakathi

Umsebenzi Nemali

Umsebenzi

Izwe Ligcwele Iziyaluyalu​—Vikela Imali Nezinto Onazo

Uma uyisebenzisa ngokuhlakanipha imali yakho, uyokulungela kangcono ukubhekana nesikhathi esinzima.

Ukwenza Umsebenzi Onzima—Ingabe Kuyisidala?

Abanye abantu bacabanga ukuthi ukwenza umsebenzi onzima kubehlisa isithunzi. Kanti abanye abaningi bayakuthanda ukusebenza kanzima. Yini eye yabasiza ukuba bathole ukwaneliseka emsebenzini wabo

Okushiwo IBhayibheli Ngomsebenzi

Ingabe kunendaba ukuthi wenza hlobo luni lomsebenzi?

Indlela Yokubhekana Nokutubeka

Amacebiso amane angakusiza ukuba ungavumeli umsebenzi wakho ukulimaze.

Ingabe Umatasa Kakhulu?

Abaningi bathi kunzima ukukwenza kokubili, umsebenzi nezinto zasekhaya. Yini ebangela lokho? Yini engasiza?

Indlela Obheka Ngayo Imali

Ingabe Imali Iyimpande Yakho Konke Okubi?

Inkulumo ejwayelekile ethi “imali iyimpande yesono” iyingcaphuno yeBhayibhelini engaphelele.

Yenza Ukuphila Kwakho Kube Ngcono​—Indlela Yokuphatha Imali

Lokho okushiwo iBhayibheli kungakusiza kanjani ukuba unciphise izinkinga zemali?

Lithini IBhayibheli Ngemali?

Ingabe ngempela imali iyimpande yesono?

Umbono Olinganiselayo Ngemali

Imibuzo yokuzihlola eyisikhombisa ingakusiza ubone ukuthi umbono wakho ususontekile yini.

Indlela Yokuthola Injabulo​​—⁠Ukwaneliseka Nokupha

Abantu bathi ukuba nemali nezinto eziningi yikona okwenza umuntu ajabule. Ingabe yiqiniso lelo? Ubufakazi bubonisani?

Imfundo Nemali Kungakwenza Yini Ube Nekusasa Elilondekile?

Abaningi baye bathola ukuthi imfundo ephakeme nengcebo kuba nemiphumela ebingalindelekile.

Kungani Sithenga?

Kungani abantu abaningi bethenga izinto abasuke bengazidingi ngempela? Ungazivikela kanjani ekubeni yisisulu sabakhangisi abangamaqili?

Ingabe Isimo Sezomnotho Esanelisa Bonke Abantu Siyoke Sibe Khona?

Kunohulumeni oyoziqondisa kahle izinto emhlabeni, oyokuqeda nya ukuhlupheka nezomnotho ezingaqinisekile.

Izinto Ezintathu Ezingenakuthengwa Ngemali

Imali isenza sikwazi ukuthenga izinto ezithile esizidingayo, kodwa ukwaneliseka okukhulu ekuphileni kuvela ezintweni imali engenakuzithenga.

Ukukhathazeka Ngemali

Indoda ethile yakwazi ukondla umndeni wayo ngisho noma amanani okudla ayephakeme ngendlela emangalisayo.

Ngithole Umcebo Wangempela

Owayenesikhundla esiphezulu kwezamabhizinisi wayithola kanjani into eyigugu kakhulu kunengcebo nemali?

Ukusebenzisa Imali

Indlela Ongaphila Ngayo Ngokuncane

Nakuba ukuphelelwa imali esikhaleni kungakuqeda amandla, kunamacebiso amahle asekelwe ekuhlakanipheni okutholakala eBhayibhelini angakusiza uphile ngemali encane.

Abantu Abasha Bayakhuluma Ngemali

Thola amacebiso okuqongelela, ukusebenzisa nokugcina imali isendaweni yayo.

Izinkinga Zemali Nezikweletu—Ingabe IBhayibheli Lingasiza?

Imali ayinakuyithenga injabulo, kodwa kunezimiso ezine eziseBhayibhelini ezingakusiza ekuyisebenziseni kahle.

Ukuphatha Imali

Izimali zomkhaya ziyimbangela yezingxabano. Thola ukuthi iBhayibheli lingakusiza kanjani uxazulule izinkinga zezimali.

Ukulawula Indlela Osebenzisa Ngayo Imali

Ungalindi kuze kube yilapho usunenkinga yemali ngaphambi kokuba ucabange ngendlela oyisebenzisa ngayo. Funda indlela yokulawula ukusebenzisa imali ngaphambi kokuba uzithole ususenkingeni yezikweletu.

Indlela Yokuphila Ngokwamandla Akho

Funda ukuthi ukusebenzisa imithetho yeBhayibheli kungakusiza kanjani ukuba usebenzise kahle imali futhi ugweme izikweletu ezingadingekile.

Ngingayilawula Kanjani Indlela Engisebenzisa Ngayo Imali?

Wake wangena esitolo ungahlosile ukuthenga, kodwa waphuma usuthenge into ebizayo? Uma kunjalo, lesi sihloko sizokusiza.

Lapho Kumelwe Ekhaya

Ingabe wake washiya ekhaya wazama ukuzimela, wase uzithola ubhekene nobunzima? Funda ukuzimela ngokusebenzisa la macebiso awusizo.

Ukubhekana Nezikweletu

Yini umndeni ongayenza lapho kubonakala kungenakwenzeka ukuphuma ezikweletini?

Ingabe Kufanele Ngiboleke Imali?

Ukuhlakanipha kweBhayibheli kungakusiza ukuba unqume.

Ukubhekana Nobumpofu

Ithemba Labangenamakhaya Nabampofu

Amacebiso awusizo eBhayibheli angathuthukisa kokubili ukulondeka kwakho ngokomnotho nempilo yakho engokomzwelo.

Okushiwo IBhayibheli Ngobumpofu

Ingabe abantu abaswele kakhulu bangajabula?

Ingabe UNkulunkulu Uyabakhathalela Abampofu?

Funda ngokuthi uNkulunkulu ubonisa kanjani ukuthi uyabakhathalela abantu abaswele.

Ukuthuthela Kwelinye Izwe—Amaphupho Namaqiniso

Ingabe ukuthuthela kwelinye izwe kuyisiqinisekiso sokuthi umndeni wakho uzophila kangcono?