Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

‘Inhliziyo Yami Iyoba Kuyo Ngaso Sonke Isikhathi’

‘Inhliziyo Yami Iyoba Kuyo Ngaso Sonke Isikhathi’

UJehova wazikhethela ithempeli ukuba libe elakhe (2Kr 7:11, 12)

Inhliziyo kaJehova iyohlala ikulo, okubonisa ukuthi uyohlale efuna ukwazi ukuthi yini eyenzekayo kule ndlu ethinta igama lakhe (2Kr 7:16; w02 11/15 5 ¶1)

Uma abantu babeyeka ukuhamba phambi kukaJehova ‘ngayo yonke inhliziyo yabo,’ wayezolivumela ithempeli ukuba libhujiswe (2Kr 6:14; 7:19-21; it-2-E 1077-1078)

Ngesikhathi kunikezelwa ithempeli, kungenzeka abantu bacabanga ukuthi izinhliziyo zabo zaziyohlala zicabanga ngethempeli. Ngokudabukisayo, kancane kancane abantu balahlekelwa intshiseko yokukhonza uJehova.

ZIBUZE, ‘Ngibonisa kanjani ukuthi ngikubheka njengokubalulekile ukukhonza kwami uNkulunkulu?’