Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Thembela KuJehova—Nini?

Thembela KuJehova—Nini?

U-Asa wathembela kuJehova ukuze anqobe ibutho lempi elikhulu (2Kr 14:9-12; w21.03 5 ¶12)

Ngokuhamba kwesikhathi, u-Asa wathembela kwabaseSiriya ukuze anqobe ibutho elincane (2Kr 16:1-3; w21.03 5 ¶13)

UJehova akazange ajabule ngo-Asa ngenxa yokuthi akazange aqhubeke efuna usizo kuYe (2Kr 16:7-9)

Singase sithembele kuJehova lapho senza izinqumo ezishintsha ukuphila kwethu kodwa kuthiwani ngezinye izikhathi? Kubalulekile ukumqaphela uJehova kuzo zonke izindlela zethu.​—IzA 3:5, 6; w21.03 6 ¶14.