Dlulela kokuphakathi

Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, UMqulu 2

Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, UMqulu 2

Udinga iseluleko ongasethemba! Incwadi ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, UMqulu 2, ikunikeza lokho kanye. Le ncwadi ihlanganisa izingxoxo ezaqhutshwa nentsha eningi emhlabeni wonke. Iseluleko seBhayibheli esiwusizo sayisiza. Manje zitholele ukuthi singakusiza kanjani wena.

Le ncwadi izokusiza uphendule imibuzo ephathelene:

  • Nabobulili Obuhlukile

  • Nezinguquko Ekuphileni

  • Nobungane

  • Nesikole Nontanga

  • Nezindaba Zemali

  • Nabazali Bakho

  • Nemizwa Yakho

  • Nokuzilibazisa

  • Nokukhula Kwakho Ngokomoya

Ungazithathela le ncwadi ikuyi-PDF, noma uzicelele enyathelisiwe ngokubhalela emahhovisi ethu.

Phawula: I-PDF yale ncwadi inezikhala ongazigcwalisa. Ungabhala izimpendulo zakho ngokuqondile kuyo uma uhlelo olusebenzisayo lukwazi ukwenza lokho.