Dlulela kokuphakathi

Okushiwo Ontanga Yakho

Bukela ama-video entsha yasemazweni ahlukahlukene ekhuluma ngezinselele zokuphila nendlela ezinqoba ngayo.

 

Ngingakhuluma Kanjani Nabazali Bami?

Kunezinzuzo eziningi ongase ungazicabangi.

Okushiwo Ontanga Yakho Ngomakhalekhukhwini

Entsheni eningi, umakhalekhukhwini uyindlela yokuxhumana nabangane. Ziyini izinzuzo nezingozi zokuba nawo?

Ngingabhekana Kanjani Nokuxhashazwa?

Ungase ungakwazi ukushintsha isiqhwaga, kodwa ungayishintsha indlela osingatha ngayo isimo.

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlehlisa Izinto

Yizwa lokho okushiwo intsha ngezingozi zokuhlehlisa izinto nezinzuzo zokusebenzisa isikhathi sakho ngokuhlakanipha.

Abantu Abasha Bayakhuluma Ngemali

Thola amacebiso okuqongelela, ukusebenzisa nokugcina imali isendaweni yayo.

Ngingubani?

Ukwazi impendulo kungakusiza ubhekane ngokuphumelelayo novivinyo.

Ngingamelana Kanjani Nokucindezela Kontanga?

Thola ukuthi izimiso zeBhayibheli zingakusiza kanjani uphumelele.

Okushiwo Yintsha Ngokubukeka Komzimba

Kungani kungaba inselele ngentsha ukulondoloza umbono olinganiselayo ngendlela ebukeka ngayo? Yini engasiza?

Ngingalwa Kanjani Nokucindezelwa Ukuba Ngiye Ocansini Ngingashadile?

Izimiso zeBhayibheli ezintathu ezingakusiza ulwe nalesi silingo.

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlukunyezwa Ngokobulili

Yizwa lokho okushiwo abasha abahlanu ngokuhlukunyezwa nokuthi yini ongayenza uma kwenzeka kuwe.

Intsha Ikhuluma Ngendlela Yokuphila Enempilo

Ingabe ukuthola kunzima ukudla ngendlela efanele nokuvivinya umzimba? Kule video intsha ikhuluma ngalokho ekwenzayo ukuze ihlale inempilo enhle.

Intsha Ixoxa Ngokukholelwa KuNkulunkulu

Kule video eyimizuzu emithathu, abasebasha bachaza ukuthi yini ebaqinisekisayo ukuthi ukhona uMdali.

Kunengqondo Yini Ukukholelwa KuNkulunkulu?

Bona ababili abasebasha abanqoba ukungabaza, baqinisa ukholo lwabo.

Lingangisiza Kanjani IBhayibheli?

Impendulo ingakusiza ujabule kakhulu ekuphileni.

Intsha Ikhuluma Ngokufunda IBhayibheli

Akulula ukufunda, kodwa ukufunda iBhayibheli kuhlukile. Abasebasha abane, bachaza indlela ukufunda iBhayibheli okubasiza ngayo.

Izizathu Zokholo—Ukuphila Ngemithetho KaNkulunkulu Kunokuphila Ngeyami

Intsha esikhulakhulile ichaza indlela eyayigwema ngayo imiphumela emibi ababefunda nayo ababhekana nayo.

Ngingawalungisa Kanjani Amaphutha Ami?

Kungenzeka isixazululo asikho nzima njengoba ucabanga.

UCameron Wathola Ukuphila Okungcono Kakhulu

Uyakufuna ukuphila okwanelisayo? Lalela njengoba uCameron elandisa ngendlela akuthola ngayo ukuphila okwanelisayo endaweni engalindelekile.