PHAPHAMA! No. 1 2019 | Ingabe Siyoke Sizizwe Siphephile?

Bona ezinye izinkinga ezibangela ukuba abantu bazibuze lo mbuzo, nokuthi yini engasiza ekwenzeni umhlaba ube yindawo engcono yokuhlala.

Asiphephile Futhi Asilondekile

Ziyanda kunangaphambili izinkinga ezenza ukuba abantu bazizwe bengaphephile futhi bengalondekile. Sikhona yini isixazululo?

Ukuthola Imbangela Yezinkinga Zethu

Izinkinga eziningi abantu ababhekana nazo zibangelwa amaphutha abanye abantu nesono. Singalutholaphi usizo?

Ukufunda Indlela Elungile Yokuziphatha

Ukuze kube nokuthula nokulondeka kwangempela, kudingeka imithetho neziqondiso eziphakeme zokuziphatha okumelwe abantu baphile ngazo.

Indaba KaRicardo Neka-Andres

URicardo no-Andres babewuhlupho emphakathini, manje sebesiza umphakathi. Thola ukuthi iBhayibheli lakushintsha kanjani ukuphila kwabo.

‘Ngeke Kuphele Ukuthula’

Uyini uMbuso kaNkulunkulu?

Lapho Sekubusa UMbuso KaNkulunkulu, ‘Kuyochichima Ukuthula’

UMbuso kaNkulunkulu uyoletha ukuthula nokuzwana emhlabeni wonke.

Wake Wazibuza Le Mibuzo?

Ungazithola kanjani izimpendulo zemibuzo ephathelene neBhayibheli?