Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGOMA 1

Izimfanelo ZikaJehova

Izimfanelo ZikaJehova

(IsAmbulo 4:11)

  1. 1. Jehova Nkosi, unguSomandla

    UnguMthombo wokuphila nok’khanya.

    Amandla akho siyawabona

    Indalo yakh’ iyoma njalo.

  2. 2. Ubukhosi bakho Mdali wethu,

    Busekelwe kukho uk’lunga kwakho

    Nokuhlakanipha kwakho Baba

    Sikubona eZwini lakho.

  3. 3. Uthando lwakho luvelele Nkos’,

    Silubona ngezipho zakh’ ezinhle.

    Izimfanelo zakho negama

    Siyozimemezela njalo.